20/11/2024
π Saziso Sibalulekile! π
π iQadi Hire Kitchen inethuba elikhethekile kini bafethu! Siyanikhiphela noma Siyaniqashisela Amabhodwe Esintu πͺ - (Three-Legged Cast Iron Potjie Pots) kubo bonke abathanda ukupheka ngothando nokukhumbuza izimpande zesintu! π²π₯
πΈ Intengo: R319.99 ibhodwe ngalinye.
π₯ Isaphulelo esikhethekile: Thola isaphulelo uma ubhukha ngaphambi kwesikhathi kulo December! π
Izikhathi lapho ungasebenzisa khona:
πΈ Umshado
πΈ Umabo
πΈ Umembeso
πΈ Umemulo
πΈ Umngcwabo
πΈ Neminye imicimbi yokujabulisana nezihlobo nabangani!
ποΈ Ilungele ukupheka ngaphandle noma emlilweni.
π― Ungaphuthelwa yithuba! Bhuka manje ukuze ugweme ukuphelelwa amabhodwe umcimbi wakho ungakafiki.
π Xhumana nathi manje noma uzifikele mathuba [eMfundeni, eMatabetulo, iQadi 4309] ukuze uthole okwengeziwe.
iQadi Hire Kitchen - Silapha ukusiza ukugcwalisa imicimbi yenu ngempumelelo! π
INK - Inanda Ntuzuma KwaMashu Inanda,eMachobeni,Lindelani And Ntuzuma Classifieds Inanda,Glebe,Newtown A,Emaplazini,Bhambai,Newtown B, Tafuleni and Kongo Durban Culture